Letra de ngivelelwe - Blxckie
(Feat. BUSA)
Alias Artístico: Sihle Sithole
INFORMACIÓN DEL SENCILLO:
"ngivelelwe" es una canción interpretada por Blxckie y Garde, publicada en el álbum 4LUV.
Fecha de lanzamiento: 09 de agosto del año 2022.
ngivelelwe Lyrics
Ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
Anginaso isikhathi sakho, awunaso isikhathi sami
Ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
Awunaso isikhathi sami, and anginaso isikhathi sakho
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Ayy ngithi ngik'valele ngaphandle, aw' ngaphandle
Ncono uvele ukhohlwe, ukhohlwe
Angisazi ukuthi ngithini kuwe, kuwe
Mlayezo yami igcwele nguwe, wena wedwa
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Oh nah, angina sikhathi sothando
Oh nah, angina sikhathi solavo
Ulokhe ung'belesele
Ama please call asendwa nguwe
Aw' ngicela umuntu ang'tshelele yena, yena
Aw' ngicela umuntu ang'tshelele yena, yena
Ngithi yii, yii, yii, ang'sak'thandi
Yii, yii, yii, ang'sak'funi
Ngithi ngivelelwe, ngivelelwe ngawe, yeah
Ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
Anginaso isikhathi sakho, awunaso isikhathi sami
Ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
Awunaso isikhathi sami, and anginaso isikhathi sakho
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Ayy ngithi ngik'valele ngaphandle, aw' ngaphandle
Ncono uvele ukhohlwe, ngithi ukhohlwe
Angisazi ukuthi ngithini kuwe, kuwe
Mlayezo yami igcwele nguwe, wena wedwa
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Usulokhe ungishaya, ngama phone call
Kanti awazi, loluthando alusekho? Alusekho
Yeah, oh yeah
Oh yeah, aweh ma
Oh yeah, hay'bo
¿Te encanta la letra de ngivelelwe? ¡Compártela con tus amigos!
¿Quién escribió "ngivelelwe" de Blxckie?
Blxckie y BUSA
¿Quién produjo "ngivelelwe" de Blxckie?
Jaedon Daniel y BUSA
¿Cuándo salió "ngivelelwe" de Blxckie?
09 de agosto del año 2022
¿En qué álbum está "ngivelelwe" de Blxckie?
4LUV
Productores: Jaedon Daniel, BUSA
Escritores: Blxckie, BUSA
Sello discográfico: M4 Entertainment
Letra aportada por: Nilmey
Mira el video musical de ngivelelwe
Top 5 canciones de Blxckie
Estas son algunas de las canciones más escuchadas de Blxckie. Si te gustó "ngivelelwe", también puedes leer sus letras, conocer sus colaboraciones y explorar su discografía completa en LETRASBOOM.COM.
Lee la letra completa de ngivelelwe interpretada por Blxckie. Descubre el video musical, la información del sencillo y explora más letras, álbumes y colaboraciones del artista en LETRASBOOM.COM.