Portada de Kube Ngangazi - Sjava

Kube Ngangazi Letra - Sjava

Favorito
Video oficial en YouTube Elige cómo verlo mientras lees la letra

¿Video equivocado o no es el oficial? Proponer otro video

Letra oficial

Kube Ngangazi Lyrics

Kube ngangazi

Kube ngangazi


Ngaphoxa abazali badumala mabethol’ ukuthi ng’khulelwe

Mabeng’buza ngawe ekhaya

Kwabanzima ukubatshela, ung’balekele

Baba noMama ngicela uxolo, Umkhohlisi ung’khohlisile

K’thiw’ intandane enhle umakhothwa unina

Kumele ngiqine mtanami ngik’khulise


Kube ngangazi, kube ngangazi mina

Ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami

Kube ngangazi, kube ngangazi mina

Ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami


Wuye lo umtanakho usekhulile

‘Yambona useyintombi engakanani

Ezimnandi ukuthi uyasebenza futhi uyang’nakekela

Mangingakhala ngabe ngiqamba amanga

Ezib’hlungu ukuthi emoyeni akeneme neze

Uhlale ethikuthele, enolaka

Mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli

Uvele anxaphe athi yena akafuni k’gana

Mama amadoda mina ngiyawazonda, ayizinja

Ubaba wathi uyas’thanda kodwa ekugcineni wasishiya

Manje ngidlala abafana

Ngihambe ngishayisa

Ngoba ngifun’ uthando el’zovala is’khala saBaba

Kub’hlungu

Ng’zothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula?

Kub’hlungu

Uthi konke akwakhayo kuyabhidlika, kungenxa yakho


Kube ngangazi, kube ngangazi mina

Ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami

Kube ngangazi, kube ngangazi mina

Ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami


Letra aportada por Nilmey
¿Viste un error en la letra? Corregir letra
Ayúdanos a mejorar esta letra y te damos el crédito

¿Qué te hace sentir "Kube Ngangazi"?

Sé el primero en reaccionar a esta canción

¿Te encanta la letra de Kube Ngangazi? ¡Compártela con tus amigos!

Comentarios (0)

Tu correo es privado, no se publica. Si lo pones, te avisamos cuando alguien te responda.
0/1000

Aún no hay comentarios. ¡Sé la primera persona en contar qué significa esta canción para ti!

Información del sencillo

"Kube Ngangazi" es una canción interpretada por Sjava, publicada en el álbum Isibuko. 

Fecha de lanzamiento: 27 de enero del año 2023. 

¿Puedes mejorar esta descripción?Cuéntanos más de la canción. Si la aprobamos, ganas puntos.
Mejorar descripción +20 pts
¿Quién escribió "Kube Ngangazi" de Sjava?

Sjava, Delayde y Webmoms

¿Quién produjo "Kube Ngangazi" de Sjava?

Delayde y Webmoms

¿Cuándo salió "Kube Ngangazi" de Sjava?

27 de enero del año 2023

¿En qué álbum está "Kube Ngangazi" de Sjava?

Isibuko

Créditos de producción

Artista principal
Sjava
Productores
Delayde, Webmoms
Escritores
Sjava, Delayde, Webmoms
Distribuidora
Africori
Sello discográfico
1020 Cartel
¿Algún crédito está mal?Cada dato que aprobemos (productores, escritores, distribuidora o sello) te da puntos.
Corregir créditos +3 pts c/u

Top 5 canciones de Sjava

My Life feat. Emtee, Lolli Native Eh relax-a man ey (Vele, vele), Ng’thule ngik’bhekile, you wanna live my life, You only see the outside and you think everything is alright, Ng’thule ngik’bhekile, you wanna live my life, You only see the outside and you think everything is alright, Ufun’ ukufaka iteki engil’fakayo, Ufun’ ukushay’ u… Amaphiko feat. Saudi K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni, K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe, K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni, K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe, Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi, Uz’ufike emnyango, ungavinjiwe, Uzoth’ uthath… Isoka feat. Q Twins, Mzukulu Kahleni bafana, Kahleni ukungidlela umona, Intombi iqoma lay’thanda khona, Ngithi kahleni bafana, Kahleni ukung’nyundela, Intombi iqoma la ithanda khona, Bangak’tshela loku ngami, Bakutshele loku ngami, Alikh’ isoka elingenasici, banomona love, Bangak’tshela loku ngami, Baphinde bakutshele loku ngam… Ithuna feat. Shwi Yazi ngike ngahlala phansi, Ng’buze nje ngempilo yami, Ukuthi ngalendlela zami, Inkosi impela ngiyophelelaphi?, Ngiphethe ipiki ngimba phansi, Ngiy’gubhela ithuna lami, Isitha sami yimi, yimi, yimi, Yazi ngike ngahlala phansi, Ng’buze nje ngempilo yami, Ukuthi ngalendlela zami, Inkosi impela ngiyoph… Ungavumi feat. Saudi, Sampa The Great No, no, no, No, no, no, no, no, K’thiw’ ungavumi, K’thiw' ungaling’ uvume, Ukuba yint’ ongeyiyo, Nom’ abantu abafun’ ubeyiyo, K’thiw’ ungavumi, K’thiw' ungaling’ uvume, Ukuba yint’ ongeyiyo, Nom’ umhlaba ufun’ ubeyiyo, Mabethi run nigga, run nigga, run nigga, run nigga, run nigga (Ungabaleki), I say…
Comunidad LETRASBOOM.COM

¡Únete! Es gratis y toma 10 segundos

  • Guarda tus canciones y artistas favoritos
  • Comenta, reacciona y que todos vean tu perfil
  • Envía letras y corrige errores para ayudar a todos
  • Gana puntos, sube de nivel y colecciona insignias

Lee la letra completa de Kube Ngangazi interpretada por Sjava. Descubre el video musical, la información del sencillo y explora más letras, álbumes y colaboraciones del artista en LETRASBOOM.COM.